Singamantombazane aseMlazi sidlala ibhola but asiqhubekeli phambili sigidagida ndawonye asiqhubekeli phambili kodwa iminyaka iyahamba kwabanye bethu benga enjoyanga lutho ngethalente labo sicela usizo nokunakwa singabantu besifazane.Isport siyasisiza ekutheni singenzi izinto ezingalungile and singadli izidakamizwa,singadayisi nangemizimba yethu,bt masinganakiwe kanje sekuyela lapho.ngingumdlali woMlazi Arsenal ethimin yethu siswele ngisho amakhokho ngoba asisebenzi nabazali abanamali nocoach akasebenzi iteam izimele.Sicela usizo singabesifazane baseMlazi special uMlazi Arsenal.sicela amakhokho,ijezi,kanye nezinye izinsiza kusebenza.Siyabonga.
You need to be a member of Youthzones to add comments!
Join Youthzones