Singamantombazane aseMlazi sidlala ibhola but asiqhubekeli phambili sigidagida ndawonye asiqhubekeli phambili kodwa iminyaka iyahamba kwabanye bethu benga enjoyanga lutho ngethalente labo sicela usizo nokunakwa singabantu besifazane.Isport siyasisiza ekutheni singenzi izinto ezingalungile and singadli izidakamizwa,singadayisi nangemizimba yethu,bt masinganakiwe kanje sekuyela lapho.ngingumdlali woMlazi Arsenal ethimin yethu siswele ngisho amakhokho ngoba asisebenzi nabazali abanamali nocoach…
Continue
Posted on July 12, 2014 at 3:30pm
Comment Wall (2 comments)
You need to be a member of Youthzones to add comments!
Join Youthzones